IPHUPHO LAMI
  • WpView
    GELESEN 1,255
  • WpVote
    Stimmen 25
  • WpPart
    Teile 5
WpMetadataReadErwachseneninhaltAbgeschlossene Geschichte Sa., Jan. 2, 202133m
WpInfo
Belletristik
Historisch
Umkhulu womkhulu (Umvelinqangi) waba nesineke esanele mhla ehlela ehlelemba lendawo yakwa Mgayi. Lendawo wayihlobisa ngobuhle obuyinqaba, ubuhle othi ukubuka kuncibilike inhliziyo ushaye ibuya uma uyisivakashi. Izintaba zakhona zigijima imigankla, onkonka nemiziki. Izingade, izibhelu, nezigubudu kundizela phezulu kushaya amaphiko kwasakunanela lobu buhle obungaka balendawo yekhethelo. Akagcinanga lapho Umvelinqangi, lendawo waphinde wayihlahlamelisa ngamasiko, nosikompilo olunhlobonhlobo. Abantu abakhele lendawo ,lamasiko bawabambe ngezandla zombili, baqede bawaloba ezibhebheni zezinhliziyo zabo, bawatholela indawo evundile lapho ezohlala achume khona athele izithelo ezinhle. "Umkhuba" owawenziwa okhokho nokhokhokazi wokuthwalwa kwentombi wawenziwa yize base beyincosana abasawulandela. Kwakuke kuthi Intokazi yakwabo isazihambela izihubela emini bebade ithuke seyibhozonyelwa abalisa thizeni bayetshathe kuhle kwamaphisi ethwele unkonka. Iyothi iqwebuka inkungu iyobe seyikomunye umuzi thizeni ziyime emthumeni. Kokunye intombi yayisuke yenze isivumelwano nesoka layo konke bekuhlelile bona ngokuthanda kwabo. Kepha kokunye lokhu kwakwenzeka uma insizwa yakwabo seyigawule zephuka kepha incinzwa isifiso enaso sokugcagcelwa yileyo ntokazi. Okuhle ngalendawo yakwa Mgayi ukuthi babesadla ngoludala besahamba emigudwini eyabekwa yaqokothiswa okhokho bethu. Impilo esheshayo yezilingo nobukhazikhazi basentshonalanga babeyizwa ngendaba. uThemba ukhule njengabanye abafana balapha esigodini sakwa Gubane ngaphansi kwendawo yakwa Mgayi. Ukhule waqhathwa izingqwele lapha esigodini sakwa Gubane. Ukhule ngaphansi komndeni onemfundiso eqondile. Uzalwa u Mazungu no Gumede. Uyise u yeyeye wabe efuyile enezinkomo ezingamashumi amabili nesikhombisa kanye nezintshitane eziyisikhombisa. uThemba ulanywa umagcino wakwabo u Thabani.
Alle Rechte vorbehalten
Werde Teil der größten Geschichtenerzähler-CommunityErhalte personalisierte Geschichtenempfehlungen, speichere deine Favoriten in deiner Bibliothek und kommentiere und stimme ab, um deine Community zu vergrößern.
Illustration

Vielleicht gefällt dir auch

  • Izuku Yagi - The Upper Moon's Successor
  • ♡"Healing Touch"♡
  • 𝐅𝐔𝐂𝐊 𝐘𝐎𝐔 || kuroo
  • The Failure (Discontinued, up for revision, not adoption)
  • Revenge
  • | • 𝐬𝐮𝐠𝐚𝐫 • | 𝐢𝐝𝐞𝐧𝐭𝐢𝐭𝐲 𝐯 𝐨𝐧𝐞𝐬𝐡𝐨𝐭𝐬  ✔️
  • 𝐅𝐀𝐍𝐓𝐀𝐒𝐈𝐀 [haikyuu oneshots] ✔️
  • LOVE GAME | s. heizou [✔︎] (OLD)
  • Dealed love
  • Goldberg

An Izuku Yagi story. During his Preschool days, he was ignored for being, as what society refers to as 'Quirkless'. All but 5 ignored him. They bullied him instead. Those were his sister, and his other childhood 'friends', the Bakugo and Todoroki twins. The girls only did it because they thought it will 'protect' Izuku from becoming a hero. The boys, however, had ulterior motives. During Grade School, he met the rest of future Class 1A. They found out he was Quirkless. The boys didn't like him already, but the girls, they didn't mind it at all. They actually found him as someone they should protect. They knew of his dream to becoming a hero, but they didn't want him to be one because of how dangerous the work can be. The boys found out, and they got mad. They persuaded the girls into bullying him, and to stop him from becoming a hero, and they eventually joined in, but only 3 weren't brought to the bullying. Those being Momo Yaoyorozu, Kyoka Jiro, and Ochaco Uraraka. Find out more in the story. Just to point some stuff out: - Kamaboko Squad members are all Demons because of a bad past. - Some characters that are supposed to be dead are alive. - Way more than 12 demon moons. - Canon Pillars, plus Kanae, of Demon Slayer Corps are Moons. - Pillars of current Demon Slayer Corps will be OC characters. - Izuku will have a harem... again

Mehr Details
WpActionLinkInhaltsrichtlinien