chapter 14

310 23 8
                                    

Mkami," Ndlalifa shakes my body, trying to wake me up. "kufanele sithenge izinto esizo phatha kusasa ngoba siyemakhaya" I get up " ulale kahle kodwa mama" I gnore him and make my way to the bathroom and take a quick shower when I'm done i wear a bodycon dress and gown "hawu wagqoka amagown ngithi asambe siyemall" I look at him up and down " angithi phela wena you have options awuthathi ngani iseqa sakho " i head downstairs he ruins after me looking angry " Ngikhathele uwena uziphathisa okwengane yeka lento yakho" I laugh " uwena ongenze nje so deal with it Ndlalifa " he clicks his tounge and walks away after a few minutes I hear a car driving off I hold the counter crying " hayi ntombazane there's no time to cry wipe those tears " I raise my head I see Gugu standing next to the kitchen door " if you are here to laugh at me leave Gugu usubonile ukuthi ayisekho ndaba yami" she laughs clapping her hand once " I'm not here for that it's a genuine visit uyakhohlwa ukuthi I was in your position owangifaka kuyona but asikho lapho asambe siyohlala phansi uphathe wine no ice cream " we go to my bedroom she puts on Netflix "uyeke ukhala oe yabonga lelabhokisi " she points my kist" khuluma nayo uyitshele inkinga zakho uzobona isimanga ukube nami ngashada umshado wesizulu ngaba kwasheshe waphela ngani " she says laughing I stare at the kist in deep thoughts.

We sat in my room all day talking, laughing and crying until we fell asleep. I wake up in the middle of the night and go pee just as I'm about to get in bed I think about what Gugu said earlier on I stare at her she is still flat asleep I go to my kist and kneel in front of it " angazi ngiqalephi angazi ngithini ngoba kuniningi okungqodweni nakwinhliziyo yami kuyangisinda kuningi okungilahlekele izingane zami azisekho nakhu nomshado wami uphele uqedwa enye intombazane angisazi ngenzenjani ngicela usizo ningiphungulele umthwalo ongisindayo" I say silently crying.

inkabi entwined Where stories live. Discover now