Bab'Nxasane went home with the prenup documents.
"Kodwa Mfundo,uBheki sengakhohlakala kangaka!" She held her mouth from making noise.
"As much as eshilo,mhlampe ubenesizathu." He said
Xoli backed away and looked at Mfundo with red eyes full of rage.
"Isizathu?! Isizathu sokutshotsha ingane yami?! Don't you forget that I buried ingane kaSphokazi!" Mfundo takes any nearest chair and offered Mam'Simelane to sit.
She sat down,kept on wiping her tears non stop and hoping to calm down.
"Mina ngagcwaba ingane ekungeyona eyami and lokho kwang'limaza kakhulu." Her tears just break into silent and sighs.
"Cela wehlise umoya Aunty,kusamele siphinde ngaphakathi" Mfundo suggested
"Ang'boni ukuthi ngzophinda. Sengikhathele uSphokazi!" She shouts
"Kodwa kumele uthole izimpendulo ukuze ube nok'thula nawe enhlizweni" Mfundo said.
"Eziphi Mfundo?mhlampe nawe ungang'tshela. Eyiphi impendulo abangang'nika yona?!" Mam'Simelane asked.
"Ngyak'cela Aunty,ucelwa imina" He said.
"Alright,ngzok'landela mfana,ungahamba wena" She said.
Mfundo left her and went back to their table, Lwandle just kept quiet.
"Ngicabanga ukuthi mina noBheki sihlukane" MaZwide suggests.
The table went silent,Mfundo and Lwandle stare at MaZwide for her question like what was that?
"Ngoba?" Bab'Zwide asked.
"Usung'hlambalazile phela, usuvele wabeka igama lami ez'njeni. Zal'hlaphaza ngenxa yakho Bheki." She said.
"Uma ufuna sihlukane,ngzok'nina amaphepha ksasa yezwa?" He didn't wait for any confirmation and stood up to see Mam'Simelane.
She sat right there until he also brought his own chair and sat opposite her.
"Ufunani?" Mam'Simelane asked.
"Ukuzoxolisa." He said
She kept quiet and just stared into space.
"Ngikonile ngaphinde ngak'thathela ingane,ngicela ung'xolele. Futhi ngangithi ng'funa akhule ngaphansi kwesandla sami, ngoba ngyazi ukuthi wawungeke ung'vumele ngim'bone" Bheki stated.
"Vele ngangeke ngik'nike yona ngoba wena wakhetha uSphokazi. Wam'beka phezulu,wamenza indlovukazi. Amadoda!" She looked disgusted.
"Ung'xolele Xoli,ung'xolele MaSimelane. Engikwenzile kutshengisa ubunja" He said.
"Umlomo wakho?ubolile yezwa?ubolile" She slowed said it in his face.
He kept quiet.
"Wawazi ukuthi ngacishe ngaz'bulala ngenxa yokuthi ngazala...(holds her chest and tears)yokuthi ngazala ingane esishonile. Uk'sikwa Bheki! Inhliziyo ibophene ngoba nginomthungo otshengisa ukuthi kumele ngabe nginengane." Her tears kept rolling down her cheek and wiping them carelessly .
"Ngyaxolisa Xoli,ngyal'bona iphutha lami futhi noma kungasafani nak'qala...ngingakwazi ukulungisa." He begged straight up.
"Ulungisani?nobani?" She asked.
"Wena noLwandle." He said.
"Okay,buyisa lo more than 20 years. Buyisa leminyaka engihleli, ngicabanga ukuthi ang'nangane. Ibuyise" Mam'Simelane folds her arms and looks away.
"Ukube ngyakwazi, ngabe kade ngakwenza. Ngyathemba ukuthi uyok'thola uk'thula ung'xolele." He said,giving her a grip on her shoulder and left.
Back at the table, Mfundo,MaZwide and Lwandle sat. Lwandle was just thinking and Mfundo kept his head high while MaZwide kept quiet also.
